1
2 iziKronike 7:14
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
bazithobe abantu bami ababizwa ngegama lami, bakhuleke, bafune ubuso bami, baphenduke ezindleleni zabo ezimbi, ngiyakuzwa ezulwini, ngithethelele isono sabo, ngiphilise izwe labo.
Compare
Explore 2 iziKronike 7:14
2
2 iziKronike 7:15
Manje amehlo ami ayakuvuleka, izindlebe zami zilalele umkhuleko owenziwa kule ndawo.
Explore 2 iziKronike 7:15
3
2 iziKronike 7:16
Manje sengiyikhethile ngayingcwelisa le ndlu ukuba igama lami libe khona lapho kuze kube phakade; amehlo ami nenhliziyo yami kuyakuba khona lapho isikhathi sonke.
Explore 2 iziKronike 7:16
4
2 iziKronike 7:13
“Uma ngivala izulu ukuba kungabikho mvula, noma ngiyaleza isikhonyane ukuba sidle izwe, noma ngithuma isifo phakathi kwabantu bami
Explore 2 iziKronike 7:13
5
2 iziKronike 7:12
UJehova wabonakala kuSolomoni, wathi kuye: “Ngiwuzwile umkhuleko wakho, ngizikhethele le ndawo ukuba ibe yindlu yomhlatshelo.
Explore 2 iziKronike 7:12
Home
Bible
Plans
Videos