1
UGenesise 45:5
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Manje ningabi buhlungu, ningazithukutheleli ukuthi nathengisa ngami lapha, ngokuba uNkulunkulu wangithuma phambi kwenu ukulondoloza impilo.
Compare
Explore UGenesise 45:5
2
UGenesise 45:8
“Kalokhu akuyinina enangithuma lapha, kepha uNkulunkulu; ungibeke uyise kaFaro, nenkosi yendlu yakhe yonke, nombusi wezwe lonke laseGibithe.
Explore UGenesise 45:8
3
UGenesise 45:7
UNkulunkulu wangithuma ngaphambi kwenu ukunilondoloza, nibe yinsali emhlabeni, nisindiswe kube ngukukhululwa okukhulu.
Explore UGenesise 45:7
4
UGenesise 45:4
UJosefa wayesethi kubafowabo: “Ake nisondele kimi.” Basondela-ke. Wayesethi: “NginguJosefa umfowenu enathengisa ngaye eGibithe.
Explore UGenesise 45:4
5
UGenesise 45:6
Ngokuba isimibili iminyaka indlala ikhona ezweni; kusasele iminyaka eyisihlanu okungayikulinywa, kuvunwe ngayo.
Explore UGenesise 45:6
6
UGenesise 45:3
Wathi uJosefa kubafowabo: “NginguJosefa; ubaba usekhona na?” Abafowabo babengenakumphendula, ngokuba bashaqeka ebusweni bakhe.
Explore UGenesise 45:3
Home
Bible
Plans
Videos