1
NgokukaLuka 13:24
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
“Phikelelani ukungena ngomnyango omncinyane; ngokuba ngithi kini: Abaningi bayakufuna ukungena, bahluleke.
Compare
Explore NgokukaLuka 13:24
2
NgokukaLuka 13:11-12
Bheka, kwaba khona owesifazane onomoya wobuthakathaka iminyaka eyishumi nesishiyagalombili, eseqhothile engenakululama nempela. Kwathi uJesu embona, wambiza, wathi kuye: “Mame, ukhululiwe ebuthakathakeni bakho.”
Explore NgokukaLuka 13:11-12
3
NgokukaLuka 13:13
Wabeka izandla phezu kwakhe; weluleka khona lapho, wamdumisa uNkulunkulu.
Explore NgokukaLuka 13:13
4
NgokukaLuka 13:30
Bhekani, bakhona abokugcina abayakuba ngabokuqala; bakhona abokuqala abayakuba ngabokugcina.”
Explore NgokukaLuka 13:30
5
NgokukaLuka 13:25
Nxa umninindlu esukumile wavala emnyango, niqale ukuma ngaphandle, ningqongqothe emnyango, nithi: ‘Nkosi, sivulele,’ uyakuphendula, athi: ‘Anginazi lapho nivela khona.’
Explore NgokukaLuka 13:25
6
NgokukaLuka 13:5
Ngithi kini: Qha, kepha uma ningaphenduki, niyakubhubha ngokunjalo nonke.”
Explore NgokukaLuka 13:5
7
NgokukaLuka 13:27
“Athi-ke: ‘Ngithi kini: Anginazi lapho nivela khona; sukani kimi nina nonke, basebenzi bokungalungi.’
Explore NgokukaLuka 13:27
8
NgokukaLuka 13:18-19
Wayesethi: “Umbuso kaNkulunkulu ufana nani na? Ngiyakuwufanisa nani na? Ufana nenhlamvu yesinaphi ayithatha umuntu, wayihlwanyela ensimini yakhe; yamila, yaba ngumuthi, izinyoni zezulu zaze zakhela emagatsheni awo.”
Explore NgokukaLuka 13:18-19
Home
Bible
Plans
Videos