1
NgokukaMathewu 11:28
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
“Zanini kimi nina nonke enikhatheleyo nenisindwayo, mina ngizakuniphumuza.
Compare
Explore NgokukaMathewu 11:28
2
NgokukaMathewu 11:29
Bekani ijoka lami phezu kwenu, nifunde kimi, ngokuba ngimnene, ngithobile ngenhliziyo; khona imiphefumulo yenu iyakufumana impumuzo.
Explore NgokukaMathewu 11:29
3
NgokukaMathewu 11:30
Ngokuba ijoka lami lihle, nomthwalo wami ulula.”
Explore NgokukaMathewu 11:30
4
NgokukaMathewu 11:27
“Konke ngikunikelwe nguBaba; akakho owazi iNdodana, kuphela uYise; akakho futhi owazi uYise, kuphela iNdodana nalowo iNdodana ethanda ukumambulela yena.
Explore NgokukaMathewu 11:27
5
NgokukaMathewu 11:4-5
UJesu waphendula, wathi kubo: “Hambani nimlandise uJohane lokhu enikuzwayo nenikubonayo ukuthi: Izimpumputhe ziyabona, izinyonga ziyahamba, abanochoko bayahlanjululwa, izithulu ziyezwa, abafileyo bayavuswa, abampofu bayashunyayezwa ivangeli
Explore NgokukaMathewu 11:4-5
6
NgokukaMathewu 11:15
Onezindlebe makezwe.
Explore NgokukaMathewu 11:15
Home
Bible
Plans
Videos