1
NgokukaMathewu 14:30-31
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Kepha ebona umoya wesaba; eseqala ukushona wakhala wathi: “Nkosi, ngisindise!” Masinyane uJesu welula isandla, wambamba, wathi kuye: “Awu, wena onokukholwa okuncinyane, ungabazeleni na?”
Compare
Explore NgokukaMathewu 14:30-31
2
NgokukaMathewu 14:30
Kepha ebona umoya wesaba; eseqala ukushona wakhala wathi: “Nkosi, ngisindise!”
Explore NgokukaMathewu 14:30
3
NgokukaMathewu 14:27
Kodwa uJesu wakhuluma kubo masinyane, wathi: “Yimani isibindi; yimina, ningesabi.”
Explore NgokukaMathewu 14:27
4
NgokukaMathewu 14:28-29
UPetru wayesephendula, wathi kuye: “Nkosi, uma kunguwe, yisho ukuba ngize kuwe phezu kwamanzi.” Wayesethi: “Woza.” Wehla-ke uPetru emkhunjini, wahamba phezu kwamanzi, weza kuJesu.
Explore NgokukaMathewu 14:28-29
5
NgokukaMathewu 14:33
Abasemkhunjini bakhuleka kuye, bathi: “Ngempela uyiNdodana kaNkulunkulu.”
Explore NgokukaMathewu 14:33
6
NgokukaMathewu 14:16-17
Kepha uJesu wathi kubo: “Akuswelekile ukuba bamuke; bapheni nina ukudla.” Bathi kuye: “Asinalutho lapha, kuphela izinkwa eziyisihlanu nezinhlanzi ezimbili.”
Explore NgokukaMathewu 14:16-17
7
NgokukaMathewu 14:18-19
Wayesethi: “Ziletheni lapha kimi.” Wayeseyala izixuku ukuba zihlale phansi etshanini, wazithabatha izinkwa eziyisihlanu nezinhlanzi ezimbili, wabheka ngasezulwini, wazibusisa, wazihlephula, wabanika abafundi izinkwa, abafundi baphakela izixuku.
Explore NgokukaMathewu 14:18-19
8
NgokukaMathewu 14:20
Badla bonke, basutha, babutha imvuthuluka eseleyo, iziqabetho eziyishumi nambili ezigcwele.
Explore NgokukaMathewu 14:20
Home
Bible
Plans
Videos