1
IzAga 31:30
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Ubuhle buyinkohliso, nokubukeka kuyize, kepha owesifazane owesaba uJehova uyakudunyiswa.
Compare
Explore IzAga 31:30
2
IzAga 31:25-26
Amandla nesithunzi kungukwembatha kwakhe; uhleka usuku oluzayo. Uyawuvula umlomo wakhe ngokuhlakanipha, nomthetho womusa usolimini lwakhe.
Explore IzAga 31:25-26
3
IzAga 31:20
Ohluphekayo uyamvulela isandla sakhe, yebo, uzelulela abampofu izandla zakhe.
Explore IzAga 31:20
4
IzAga 31:10
Ngubani ongathola umfazi okhutheleyo na? Ngokuba inani lakhe lidlula kakhulu amarubi.*
Explore IzAga 31:10
5
IzAga 31:31
Muphe ezithelweni zezandla zakhe, izenzo zakhe zimdumise emasangweni.
Explore IzAga 31:31
6
IzAga 31:28
Abantwana bakhe bayasukuma, bambusise; nendoda yakhe iyamdumisa ngokuthi
Explore IzAga 31:28
Home
Bible
Plans
Videos