1
KwabaseRoma 5:8
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
kepha uNkulunkulu uyabonakalisa ukusithanda kwakhe ngalokhu ukuthi, siseyizoni, uKristu wasifela.
Compare
Explore KwabaseRoma 5:8
2
KwabaseRoma 5:5
ithemba alijabhisi, ngokuba uthando lukaNkulunkulu lutheliwe ezinhliziyweni zethu ngoMoya oNgcwele esimuphiweyo.
Explore KwabaseRoma 5:5
3
KwabaseRoma 5:3-4
Kepha akusikho lokho kuphela, kodwa sizibonga nangezinhlupheko ngokwazi ukuthi ukuhlupheka kuveza ukukhuthazela, ukukhuthazela kuveza ukuqiniseka, ukuqiniseka kuveza ithemba
Explore KwabaseRoma 5:3-4
4
KwabaseRoma 5:1-2
Ngakho lokhu sesilungisisiwe ngokukholwa, sinokuthula kuNkulunkulu ngeNkosi yethu uJesu Kristu, okungaye sinokungena ngokukholwa kulo musa esimi kuwo, siyazibonga ekwethembeni inkazimulo kaNkulunkulu.
Explore KwabaseRoma 5:1-2
5
KwabaseRoma 5:6
Ngokuba sisebuthakathaka, uKristu wafela abangamesabi uNkulunkulu ngesikhathi esifaneleyo
Explore KwabaseRoma 5:6
6
KwabaseRoma 5:9
Ngakho kakhulu sesilungisisiwe ngegazi lakhe, siyakusindiswa ngaye olakeni.
Explore KwabaseRoma 5:9
7
KwabaseRoma 5:19
ngokuba njengalokho ngokungalaleli kwamuntu munye abaningi benziwa izoni, kanjalo ngokulalela kwamuntu munye abaningi bayakwenziwa abalungileyo.
Explore KwabaseRoma 5:19
8
KwabaseRoma 5:11
kepha akusikho lokho kuphela, kodwa sizibonga futhi ngoNkulunkulu ngeNkosi yethu uJesu Kristu, esesamukelisiwe ngaye ukubuyisana.
Explore KwabaseRoma 5:11
Home
Bible
Plans
Videos