1
1 KwabaseKhorinte 5:11
IsiZulu 2020
Kepha manje-ke nginibhalela ukuba ningazibandakayi nomuntu obizwa ngokuthi ungumzalwane, kodwa ebe eyisifebe, noma ohahayo, noma okhonza izithombe, noma othuka inhlamba, noma eyisidakwa, noma engumphangi; ningalokothi nidle nomuntu onjalo.
Compare
Explore 1 KwabaseKhorinte 5:11
2
1 KwabaseKhorinte 5:7
Khiphani imvubelo endala ukuze nibe yinhlama entsha, njengokuba ningenamvubelo. Ngokuba nelethu iPhasika elinguKhristu lihlatshiwe.
Explore 1 KwabaseKhorinte 5:7
3
1 KwabaseKhorinte 5:12-13
Kambe nginandabani nokwehlulela abangaphandle na? Akusibo yini abangaphakathi okumele nibehlulele na? Kepha uNkulunkulu uyakubahlulela abangaphandle. Mxosheni-ke lo omubi phakathi kwenu.
Explore 1 KwabaseKhorinte 5:12-13
Home
Bible
Plans
Videos