1
1 AMakhosi 8:56
IsiZulu 2020
“Makabongwe uSimakade onike abantu bakhe, u-Israyeli, ukuphumula njengakho konke akushilo; akukho nelilodwa izwi elehlulekile kuwo wonke amazwi akhe amahle awakhuluma ngesandla sikaMose, inceku yakhe.
Compare
Explore 1 AMakhosi 8:56
2
1 AMakhosi 8:23
wathi: “Simakade Nkulunkulu ka-Israyeli, akekho unkulunkulu onjengawe phezulu ezulwini nasemhlabeni phansi, ogcina isivumelwano nomusa nezinceku zakho ezihamba phambi kwakho ngayo yonke inhliziyo yazo
Explore 1 AMakhosi 8:23
Home
Bible
Plans
Videos