1
2 KuThimothewu 4:7
IsiZulu 2020
Ngikulwile ukulwa okuhle, ngiliqedile ibanga, ngikugcinile ukukholwa
Compare
Explore 2 KuThimothewu 4:7
2
2 KuThimothewu 4:2
shumayela izwi, ulungele ukulishumayela, noma kuyisikhathi noma kungesiso. Sola, ukhuze, ugqugquzele ngakho konke ukubekezela nokufundisa.
Explore 2 KuThimothewu 4:2
3
2 KuThimothewu 4:3-4
Ngokuba kuyakufika isikhathi abangayukuyamukela ngaso imfundiso elungileyo, kodwa bayakuzibuthela abafundisi ngokwezinkanuko zabo nangokubatshwa kwezindlebe zabo. Bayakufulathelisa izindlebe zabo eqinisweni, baphambukele ezinganekwaneni.
Explore 2 KuThimothewu 4:3-4
4
2 KuThimothewu 4:5
Kepha wena zithibe ezintweni zonke, ubekezele ebunzimeni, wenze umsebenzi womvangeli, futhi uwufeze umsebenzi wakho ngokupheleleyo.
Explore 2 KuThimothewu 4:5
5
2 KuThimothewu 4:8
manje sengibekelwe umqhele wokulunga eyakungipha wona ngalolo lusuku iNkosi, umehluleli olungileyo, kungeyimi ngedwa, kodwa bonke abakuthandile ukubonakala kwayo.
Explore 2 KuThimothewu 4:8
Home
Bible
Plans
Videos