1
UMshumayeli 1:18
IsiZulu 2020
Ukwanda kokuhlakanipha kwandisa inkathazo; owandisa ulwazi, wandisa usizi.”
Compare
Explore UMshumayeli 1:18
2
UMshumayeli 1:9
Okwake kwaba khona, kuyobuye kube khona, nokwake kwenziwa kuyobuye kwenziwe. Ayikho into entsha phansi komthunzi welanga.
Explore UMshumayeli 1:9
3
UMshumayeli 1:8
Zonke izinto ziyakhandla, umuntu angezichaze. Iso alideli ngokubona, nendlebe ayigcwali ngokuzwa.
Explore UMshumayeli 1:8
4
UMshumayeli 1:2-3
“Ize leze,” kusho uMshumayeli, “ize leze, konke kuyize!” Uzuzani umuntu ngawo wonke umshikashika wakhe awushikashika phansi komthunzi welanga na?
Explore UMshumayeli 1:2-3
5
UMshumayeli 1:14
Ngiyibone yonke imisebenzi eyenziwa phansi komthunzi welanga; impela konke kufana nokubamba utalagu!
Explore UMshumayeli 1:14
6
UMshumayeli 1:4
Isizukulwane siyafika, sedlule, kodwa umhlaba umi ingunaphakade.
Explore UMshumayeli 1:4
7
UMshumayeli 1:11
Akukho ukukhunjulwa kwezinto esezedlule, nokwalezo ezisayokwenziwa yilabo abalandelayo.
Explore UMshumayeli 1:11
8
UMshumayeli 1:17
Ngizinikele ngenhliziyo yami yonke ukwazi ukuhlakanipha nokwazi ubuwula nobuthutha. Ngithole ukuthi konke lokho kufana nokubamba utalagu.
Explore UMshumayeli 1:17
Home
Bible
Plans
Videos