1
KwabaseGalathiya 4:6-7
IsiZulu 2020
Lokhu ningamadodana, uNkulunkulu uthumele uMoya weNdodana yakhe ezinhliziyweni zethu, omemeza ethi: “Abba, Baba!” Ngakho-ke awusesona isigqila, kodwa indodana; kepha uma uyindodana, uyindlalifa ngaye uNkulunkulu.
Compare
Explore KwabaseGalathiya 4:6-7
2
KwabaseGalathiya 4:4-5
Kepha lapho sesifikile isikhathi esimisiweyo, uNkulunkulu wathumela iNdodana yakhe, eyazalwa ngowesifazane, izelwe phansi komthetho, ukuze ikhulule labo abaphansi komthetho, samukele ukuba ngamadodana.
Explore KwabaseGalathiya 4:4-5
3
KwabaseGalathiya 4:9
Lokhu manje seniyamazi uNkulunkulu noma seniyaziwa nguNkulunkulu, kungani pho seniphindela ezintweni ezingelutho, senifuna futhi ukuba yizigqila zazo na?
Explore KwabaseGalathiya 4:9
Home
Bible
Plans
Videos