owamemezela phambilini okuyakuza,
nasendulo izinto ezingakenziwa, ethi:
‘Icebo lami liyakuma,
ngiphumelelise yonke intando yami,
ngifeze zonke izimfiso zami,
obiza inqe empumalanga
nomuntu engizofeza ngaye icebo lami
ezweni elikude;
ngikhulumile, ngiyokukwenza lokhu;
nginqumile, ngiyakukufeza.