1
KwabaseRoma 14:17-18
IsiZulu 2020
Ngokuba umbuso kaNkulunkulu awusikho ukudla nokuphuza, kodwa ungukulunga, ukuthula, nokuthokoza kuMoya oNgcwele; lowo okhonza uKhristu kulokhu, uyathandeka kuNkulunkulu, uyancomeka nakubantu.
Compare
Explore KwabaseRoma 14:17-18
2
KwabaseRoma 14:8
ngokuba uma siphila, siphilela iNkosi, uma sifa, sifela iNkosi. Ngakho-ke noma siphila noma sifa, singabeNkosi.
Explore KwabaseRoma 14:8
3
KwabaseRoma 14:19
Ngalokho-ke masiphokophelele lezo zinto eziletha ukuthula nokwakhana.
Explore KwabaseRoma 14:19
4
KwabaseRoma 14:13
Ngakho masingabe sisehlulelana, kodwa kunalokho nqumani ukuthi akukho mzalwane oyakuba yisithiyo noma ugibe.
Explore KwabaseRoma 14:13
5
KwabaseRoma 14:11-12
Ngokuba kulotshiwe ukuthi: “ ‘Ngifunga ukuphila kwami, wonke amadolo ayoguqa kimi, nezilimi zonke ziyovuma, uNkulunkulu.’ ” Ngalokho-ke yilowo nalowo phakathi kwethu uyakuziphendulela kuNkulunkulu.
Explore KwabaseRoma 14:11-12
6
KwabaseRoma 14:1
Kepha memukeleni obuthakathaka ekukholweni, kungabi ngemidlinzo yokumehlulela.
Explore KwabaseRoma 14:1
7
KwabaseRoma 14:4
Lapho ungubani nje wena owehlulela inceku yomunye na? Kuphambi kwenkosi yayo ukuma noma ukuwa kwayo, kodwa iyakumiswa, ngokuba iNkosi inamandla okuyimisa.
Explore KwabaseRoma 14:4
Home
Bible
Plans
Videos