1
1 kwabaseKorinte 12:7
Baasraak Zulu New Testament Bible
Kodwana yilowo nalowo uphiwa ukubonakalisa kukaMoya kube yinzuzo kubo bonke.
Compare
Explore 1 kwabaseKorinte 12:7
2
1 kwabaseKorinte 12:27
Nina-ke ningumzimba kaKristu, nezitho ngabanye.
Explore 1 kwabaseKorinte 12:27
3
1 kwabaseKorinte 12:26
Uma kuhlupheka isitho sinye, kuhlupheka izitho zonke kanye naso; noma kuhlonishwe isitho sinye, athokoze amalungu onke kanye nalo.
Explore 1 kwabaseKorinte 12:26
4
1 kwabaseKorinte 12:8-10
Ngoba omunye uphiwa ngoMoya ilizwi lenhlakanipho; omunye izwi lokwazi ngaye lowoMoya; omunye ukholo ngaye lowoMoya; omunye izipho zokuphulukisa ngaye lowoMoya; omunye ukwenza izimangaliso; komunye isiprofetho; omunye ukuhlukanisa imimoya; omunye izinhlobo zezilimi; omunye ukuhunyushwa kwezilimi.
Explore 1 kwabaseKorinte 12:8-10
5
1 kwabaseKorinte 12:11
Kepha konke lokho kusebenza yena lowo Moya munye, ebabela yilowo nalowo ngokunye ngokuthanda kwakhe.
Explore 1 kwabaseKorinte 12:11
6
1 kwabaseKorinte 12:25
ukuze kungabikho ukwahlukana emzimbeni; kodwa ukuze amalungu anakekelane ngokufanayo.
Explore 1 kwabaseKorinte 12:25
7
1 kwabaseKorinte 12:4-6
Kukhona-ke iziphiwo izinhlobonhlobo, kodwa uMoya munye. Futhi kukhona izinhlobonhlobo zezinkonzo, kodwa iNkosi eyodwa. Futhi kukhona izinhlobonhlobo zemisebenzi, kodwa nguNkulunkulu oyedwa osebenza konke kubo bonke.
Explore 1 kwabaseKorinte 12:4-6
8
1 kwabaseKorinte 12:28
Futhi uNkulunkulu umisile abathile ebandleni, kuqala abaphostoli, okwesibili abaprofethi, okwesithathu abafundisi, emva kwalokho izimangaliso, bese kuba izipho zokuphulukisa, nokusiza, nokubusa, nezilimi ngezilimi.
Explore 1 kwabaseKorinte 12:28
9
1 kwabaseKorinte 12:14
Ngokuba umzimba awusiwo isitho sinye, kepha maningi.
Explore 1 kwabaseKorinte 12:14
10
1 kwabaseKorinte 12:22
Kodwa-ke, ikakhulu lezozitho zomzimba ezibonakala zibuthakathaka kakhulu ziyadingeka
Explore 1 kwabaseKorinte 12:22
11
1 kwabaseKorinte 12:17-19
Uma umzimba wonke ubuliso, ukuzwa ngabe kuphi? Uma wonke ubuwukuzwa, ukuhogela ngabe kuphi? Kodwa khathesi-ke uNkulunkulu umisile izitho, yileso laso emzimbeni njengokuthanda kwakhe. Uma zonke beziyisitho sinye, umzimba ngabe uphi na?
Explore 1 kwabaseKorinte 12:17-19
Home
Bible
Plans
Videos