1
1 kaJohane 2:15-16
Baasraak Zulu New Testament Bible
Ningathandi izwe nezinto ezisezweni. Uma umuntu ethanda izwe, uthando lukaBaba alukho kuye. Ngokuba konke okusezweni, inkanuko yenyama, nenkanuko yamehlo, nokuzigabisa ngalokhukuphila, akuveli kuYise, kodwa kuvela ezweni.
Compare
Explore 1 kaJohane 2:15-16
2
1 kaJohane 2:17
Izwe liyadlula kanye nenkanuko yalo, kepha owenza intando kaNkulunkulu uhlala kuze kube phakade.
Explore 1 kaJohane 2:17
3
1 kaJohane 2:6
Lowo othi uhlala kuye, yena umelwe ukuhamba njengalokho ahamba yena.
Explore 1 kaJohane 2:6
4
1 kaJohane 2:1
Bantwana bami, nginilobela lokhu ukuba ningoni. Uma umuntu ona, sinoMmeli kuYise, uJesu Kristu olungileyo
Explore 1 kaJohane 2:1
5
1 kaJohane 2:4
Lowo othi: “Ngiyamazi,” engagcini imiyalo yakhe, ungumqambimanga, neqiniso alikho kuye.
Explore 1 kaJohane 2:4
6
1 kaJohane 2:3
Ngalokho siyazi ukuthi siyamazi yena, uma sigcina imiyalo yakhe.
Explore 1 kaJohane 2:3
7
1 kaJohane 2:9
Lowo othi usekukhanyeni, kodwa ezonda umzalwane wakhe, usebumnyameni kuze kube manje.
Explore 1 kaJohane 2:9
8
1 kaJohane 2:22
Ngubani ongumqambimanga ngaphandle kwalowo ophika ukuthi uJesu unguKristu na? Ungumphikukristu, ophika uYise neNdodana.
Explore 1 kaJohane 2:22
9
1 kaJohane 2:23
Ophika iNdodana akanaye uYise, kepha ovuma iNdodana unaye noYise.
Explore 1 kaJohane 2:23
Home
Bible
Plans
Videos