1
1 kuThimothewu 3:16
Baasraak Zulu New Testament Bible
Futhi ngokungangabazeki inkulu imfihlakalo yokumesaba uNkulunkulu: UNkulunkulu wabonakaliswa enyameni, walungisiswa emoyeni, wabonwa yizingelosi, washunyayelwa kwabezizwe, wakholeka emhlabeni, wemukelwa enkazimulweni.
Compare
Explore 1 kuThimothewu 3:16
2
1 kuThimothewu 3:2
Ngakho umbhishobhi umelwe ukuba ngongasolekiyo, indoda emfazi munye, eqaphile, eqondileyo, eziphatha kahle, ephatha kahle izihambi, enekhono lokufundisa
Explore 1 kuThimothewu 3:2
3
1 kuThimothewu 3:4
ongamela kahle owakhe umuzi, enabantwana abamthobela ngakho konke ukuhlonipheka
Explore 1 kuThimothewu 3:4
4
1 kuThimothewu 3:12-13
Amadiyakoni mawabe ngamadoda amfazi munye, abusa kahle abantwana nemizi yawo. Ngokuba abakhonze kahle bazizuzela udumo oluhle nesibindi esikhulu ekukholweni okukuKristu Jesu.
Explore 1 kuThimothewu 3:12-13
Home
Bible
Plans
Videos