1
2 kwabaseKorinte 9:8
Baasraak Zulu New Testament Bible
Futhi uNkulunkulu unamandla okunipha umusa wonke uvame; ukuze nihlale ninokwanela konke ezintweni zonke, nivame emisebenzini yonke emihle
Compare
Explore 2 kwabaseKorinte 9:8
2
2 kwabaseKorinte 9:7
Yilowo nalowo makenze njengokunquma kwakhe enhliziyweni yakhe; kungabi ngokudabuka, noma ngokucindezelwa, ngokuba uNkulunkulu uyamthanda umuphi onamileyo.
Explore 2 kwabaseKorinte 9:7
3
2 kwabaseKorinte 9:6
Kepha lokhu ngithi: Ohlwanyela ingcosana uyakuvuna ingcosana; nohlwanyela kakhulu uyakuvuna kakhulu.
Explore 2 kwabaseKorinte 9:6
4
2 kwabaseKorinte 9:10-11
Kepha opha imbewu kumhlanyeli okhonza isinkwa sokudla kwenu, andise imbewu yenu, andise izithelo zokulunga kwenu; licetshiswe ezintweni zonke kukho konke ukuphana, okuveza ngathi ukubonga uNkulunkulu.
Explore 2 kwabaseKorinte 9:10-11
5
2 kwabaseKorinte 9:15
Akabongwe uNkulunkulu ngesipho sakhe esingakhulumekiyo.
Explore 2 kwabaseKorinte 9:15
Home
Bible
Plans
Videos