1
Mathewu 7:7
Baasraak Zulu New Testament Bible
Celani, lizaphiwa; funani, niyakufumana; ngqongqothani, niyakuvulelwa
Compare
Explore Mathewu 7:7
2
Mathewu 7:8
Ngokuba yilowo nalowo ocelayo uyaphiwa; nalowo ofunayo uyathola; lalowo oqoqodayo uzavulelwa.
Explore Mathewu 7:8
3
Mathewu 7:24
Ngakho yilowo nalowo owezwa lawa mazwi ami, awenze, uyakufaniswa nendoda ehlakaniphileyo eyakha indlu yayo phezu kwedwala
Explore Mathewu 7:24
4
Mathewu 7:12
Ngakho-ke zonke izinto enifuna ukuba abantu bakwenze kini, kwenzeni nani kanjalo kubo, ngokuba lokhu kungumthetho nabaprofethi.
Explore Mathewu 7:12
5
Mathewu 7:14
Ngokuba isango lincane, nendlela iyingcingo eyisa ekuphileni, bambalwa abayitholayo.
Explore Mathewu 7:14
6
Mathewu 7:13
Ngenani ngesango elincane, ngokuba libanzi isango, nendlela ibanzi eyisa ekubhujisweni, baningi abangena ngayo
Explore Mathewu 7:13
7
Mathewu 7:11
Ngakho-ke uma nina enibabi nikwazi ukubapha abantwana benu izipho ezinhle, kakhulu kangakanani uYihlo osezulwini uzakubapha okuhle abacela kuye na?
Explore Mathewu 7:11
8
Mathewu 7:1-2
Ningahluleli, ukuze ningahlulelwa. Ngokuba ngokwahlulela enahlulela ngakho nani niyakwahlulelwa ngakho; nesilinganiso enilinganisa ngaso nani niyakulinganiselwa ngaso.
Explore Mathewu 7:1-2
9
Mathewu 7:26
Njalo yilowo nalowo owezwa lawa mazwi ami, angawenzi, uyakufaniswa nendoda eyisiwula eyakha indlu yayo phezu kwesihlabathi
Explore Mathewu 7:26
10
Mathewu 7:3-4
Ubhekelani ucezwana olusesweni lomfowenu, kanti ugongolo olukwelakho iso awuluboni na? Noma ungasho kanjani kumfowenu ukuthi: ‘Ake ngikhiphe ucezwana esweni lakho; bheka, kukhona ugongolo kwelakho iso na?
Explore Mathewu 7:3-4
11
Mathewu 7:15-16
Xwayani abaprofethi bamanga abeza kini bembathise okwezimvu, kepha ngaphakathi beyizimpisi eziphangayo. Niyakubazi ngezithelo zabo. Abantu bakha izithelo zomvini emeveni noma amakhiwane emakhakhasini na?
Explore Mathewu 7:15-16
12
Mathewu 7:17
Kanjalo yonke imithi emihle ithela izithelo ezinhle; kodwa isihlahla esibi sithela izithelo ezimbi.
Explore Mathewu 7:17
13
Mathewu 7:18
Umuthi omuhle ungethele izithelo ezimbi, nomuthi omubi ungethele izithelo ezinhle.
Explore Mathewu 7:18
14
Mathewu 7:19
Yilowo nalowomuthi ongatheli izithelo ezinhle uyanqunywa, uphonswe emlilweni.
Explore Mathewu 7:19
Home
Bible
Plans
Videos