1
Kwabase-Filipi 1:6
Baasraak Zulu New Testament Bible
nginethemba lalokho ukuthi owaqala umsebenzi omuhle kinina uyakuwufeza kuze kube lusuku lukaJesu Kristu
Compare
Explore Kwabase-Filipi 1:6
2
Kwabase-Filipi 1:9-10
Nalokhu ngiyakhuleka ukuba uthando lwenu luvame kakhulu ekwazini nasekuqondeni konke; ukuze nivume izinto ezinhle kakhulu; ukuze nibe msulwa, ningabi nacala, kuze kufike usuku lukaKristu
Explore Kwabase-Filipi 1:9-10
3
Kwabase-Filipi 1:21
Ngoba kimi ukuphila kunguKristu, futhi ukufa kuyinzuzo.
Explore Kwabase-Filipi 1:21
4
Kwabase-Filipi 1:3
Ngiyambonga uNkulunkulu wami kukho konke ukunikhumbula
Explore Kwabase-Filipi 1:3
5
Kwabase-Filipi 1:27
Kuphela ukuhamba kwenu makube njengokufanele ivangeli likaKristu, ukuze kuthi noma ngiza nginibona, noma ngingekho, ngizwe izindaba zenu, ukuthi nime niqinile emoyeni munye, nganhliziyonye nilwela ukukholwa kweNkosi. ivangeli
Explore Kwabase-Filipi 1:27
6
Kwabase-Filipi 1:20
Njengokulangazelela kwami nethemba lami, ukuthi angiyikuba namahloni ngalutho, kodwa ukuthi ngaso sonke isibindi, njengalokhu kwenzeka njalo, kanjalo namanje uKristu uyakuphakanyiswa emzimbeni wami, noma kungokuphila noma ngokufa.
Explore Kwabase-Filipi 1:20
7
Kwabase-Filipi 1:29
Ngokuba niphiwe nina ngenxa kaKristu, kungesikho ukukholwa kuye kuphela, kepha nokuhlupheka ngenxa yakhe
Explore Kwabase-Filipi 1:29
Home
Bible
Plans
Videos