1
IsAmbulo 3:20
Baasraak Zulu New Testament Bible
Bheka, ngimi ngasemnyango ngingqongqotha; uma umuntu ezwa izwi lami, avule umnyango, ngiyakungena kuye, ngidle naye, naye adle nami.
Compare
Explore IsAmbulo 3:20
2
IsAmbulo 3:15-16
Ngiyayazi imisebenzi yakho, ukuthi awubandi, awushisi; ngabe uyabanda noma uyashisa. Ngakho-ke, ngenxa yokuba usivivi, ungashisi, ungabandi, ngiyakukuhlanza uphume emlonyeni wami.
Explore IsAmbulo 3:15-16
3
IsAmbulo 3:19
Bonke engibathandayo ngiyabasola, ngibayale; ngakho shisekela, uphenduke.
Explore IsAmbulo 3:19
4
IsAmbulo 3:8
Ngiyayazi imisebenzi yakho; bheka, ngimisile phambi kwakho umnyango ovuliweyo, okungekho muntu ongawuvala, ngokuba unamandla amancane, futhi uligcinile izwi lami, kawuliphikanga igama lami.
Explore IsAmbulo 3:8
5
IsAmbulo 3:21
Onqobayo ngiyakumnika ukuba ahlale nami esihlalweni sami sobukhosi, njengalokho nami nganqoba, ngahlala noBaba esihlalweni sakhe sobukhosi.
Explore IsAmbulo 3:21
6
IsAmbulo 3:17
Ngokuba uthi: Ngicebile, ngicebile, angisweli lutho; kanti kawazi ukuthi ulusizi, lolusizi, lompofu, lesiphofu, njalo uhamba ze
Explore IsAmbulo 3:17
7
IsAmbulo 3:10
Ngokuba uligcinile izwi lokubekezela kwami, nami ngiyakukulondoloza ehoreni lokulingwa eliyakufika phezu komhlaba wonke ukulinga abakhileyo emhlabeni.
Explore IsAmbulo 3:10
8
IsAmbulo 3:11
Bheka, ngiyeza masinyane; bambisisa lokho onakho, ukuze kungabikho muntu okwamuka umqhele wakho.
Explore IsAmbulo 3:11
9
IsAmbulo 3:2
Qaphela, uqinise okuseleyo, obesezakufa
Explore IsAmbulo 3:2
Home
Bible
Plans
Videos