1
Kwabase Roma 14:17-18
Baasraak Zulu New Testament Bible
Ngokuba umbuso kaNkulunkulu awusikho ukudla nokunatha; kodwa ukulunga, lokuthula, lenjabulo kuMoya oNgcwele. Ngokuba okhonza uKristu ngalezizinto uyemukeleka kuNkulunkulu, ukholekile ebantwini.
Compare
Explore Kwabase Roma 14:17-18
2
Kwabase Roma 14:8
Ngokuba noma siphila, siphilela iNkosi; noma sifa, sifela iNkosi; ngakho-ke noma siphila, noma sifa, singabeNkosi.
Explore Kwabase Roma 14:8
3
Kwabase Roma 14:19
Ngakho-ke kasilandeleni izinto eziletha ukuthula lezinto esingakhana ngazo.
Explore Kwabase Roma 14:19
4
Kwabase Roma 14:13
Ngakho-ke masingabe sisahlulelana, kepha kunalokho yahlulelani lokhu, ukuba kungabikho obeka isikhubekiso noma isikhubekiso endleleni yomzalwane.
Explore Kwabase Roma 14:13
5
Kwabase Roma 14:11-12
Ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Kuphila kwami,” isho iNkosi, “amadolo onke ayakuguqa phambi kwami, nezilimi zonke ziyakudumisa uNkulunkulu. Ngakho-ke yilowo nalowo kithi uyakuziphendulela kuNkulunkulu.
Explore Kwabase Roma 14:11-12
6
Kwabase Roma 14:1
Obuthakathaka ekukholweni mamukeleni, kodwa kungabi ngokuphikisana.
Explore Kwabase Roma 14:1
7
Kwabase Roma 14:4
Ungubani wena owahlulela inceku yomunye na? ukuma noma ukuwa enkosini yaso. Yebo, uyakuphakanyiswa, ngokuba uNkulunkulu unamandla okummisa.
Explore Kwabase Roma 14:4
Home
Bible
Plans
Videos