1
1 kuThimothewu 4:12
Contemporary Zulu Bible 2024
Makungabikho-muntu odelela ubusha bakho; kepha yiba yisibonelo kwabakholwayo ngezwi, nangenkambo, nangothando, nangokholo, nangokuhlanzeka.
Compare
Explore 1 kuThimothewu 4:12
2
1 kuThimothewu 4:8
Ngokuba ukuqeqesha umzimba kusiza kancane, kepha ukumesaba uNkulunkulu kusiza ezintweni zonke, kunesithembiso salokhukuphila, nalokho okuzayo.
Explore 1 kuThimothewu 4:8
3
1 kuThimothewu 4:16
Ziqaphele wena nesifundiso; hlala kuzo, ngokuba ngokwenza lokho uyakuzisindisa wena nabakuzwayo.
Explore 1 kuThimothewu 4:16
4
1 kuThimothewu 4:1
Kepha uMoya usho ngokucacile ukuthi ngezikhathi zokugcina abanye bayakuhlubuka ekukholweni, benaka omoya abadukisayo nezifundiso zamademoni
Explore 1 kuThimothewu 4:1
5
1 kuThimothewu 4:7
Kodwa uyenqaba izinganekwane ezingcolile nezalukazi, futhi uzijwayeze ukumesaba uNkulunkulu.
Explore 1 kuThimothewu 4:7
6
1 kuThimothewu 4:13
Nakekela ukufunda, nokuyala, nokufundisa, ngize ngifike.
Explore 1 kuThimothewu 4:13
Home
Bible
Plans
Videos