1
2 kuThimothewu 1:7
Contemporary Zulu Bible 2024
Ngokuba uNkulunkulu akasinikanga umoya wokwesaba; kodwa ngamandla, lothando, lengqondo ephilileyo.
Compare
Explore 2 kuThimothewu 1:7
2
2 kuThimothewu 1:9
Owasisindisayo, wasibiza ngobizo olungcwele, kungeyisikho ngokwemisebenzi yethu, kodwa njengokwenhloso yakhe lomusa esiwuphiwa kuKristu Jesu ngaphambi kwezikhathi.
Explore 2 kuThimothewu 1:9
3
2 kuThimothewu 1:6
Ngalokho ngiyakukhumbuza ukuba uvuse isipho somusa sikaNkulunkulu esikuwe ngokubeka izandla zami.
Explore 2 kuThimothewu 1:6
4
2 kuThimothewu 1:8
Ngakho ungabi namahloni ngobufakazi beNkosi yethu, nangami isiboshwa sayo, kodwa hlanganyela osizini lwevangeli ngokwamandla kaNkulunkulu
Explore 2 kuThimothewu 1:8
5
2 kuThimothewu 1:12
Ngenxa yalokhu lami ngihlupheka ngalezizinto, kodwa kangilanhloni, ngoba ngiyamazi engikholiweyo, njalo ngiqinisekile ukuthi ulamandla okulondoloza lokho engikubeke kuye kuze kufike lolosuku.
Explore 2 kuThimothewu 1:12
Home
Bible
Plans
Videos