1
IzEnzo 27:25
Contemporary Zulu Bible 2024
Ngakho yimani isibindi, madoda, ngokuba ngiyakholwa nguNkulunkulu ukuthi kuyakuba njengalokho engitsheliwe.
Compare
Explore IzEnzo 27:25
2
IzEnzo 27:23-24
Ngoba kulobubusuku bekumi kimi ingilosi kaNkulunkulu engingowakhe, lengimkhonzayo, Isithi: Ungesabi, Pawuli; umelwe ukumiswa phambi kukaKesari; bheka, uNkulunkulu ukunikile bonke abahamba nawe ngomkhumbi.
Explore IzEnzo 27:23-24
3
IzEnzo 27:22
Kepha manje ngiyanincenga ukuba nibe nesibindi, ngokuba akuyikulahlekelwa muntu phakathi kwenu, kuphela umkhumbi.
Explore IzEnzo 27:22
Home
Bible
Plans
Videos