1
Mathewu 11:28
Contemporary Zulu Bible 2024
Zanini kimi nina nonke enikhatheleyo nenisindwayo, mina ngizakuniphumuza.
Compare
Explore Mathewu 11:28
2
Mathewu 11:29
Bekani ijoka lami phezu kwenu, nifunde kimi; ngokuba ngimnene, ngithobekile ngenhliziyo; niyakufumana ukuphumula emiphefumulweni yenu.
Explore Mathewu 11:29
3
Mathewu 11:30
Ngokuba ijoka lami lihle, nomthwalo wami ulula.
Explore Mathewu 11:30
4
Mathewu 11:27
Zonke izinto zinikelwe kimi nguBaba; akakho owazi iNdodana, kuphela uBaba; kakho futhi omaziyo uYise, ngaphandle kweNdodana, njalo loba ngubani iNdodana ethanda ukumambulela kuye.
Explore Mathewu 11:27
5
Mathewu 11:4-5
UJesu waphendula, wathi kubo: Hambani nimtshele uJohane lokho enikuzwayo nenikubonayo; Izimpumputhe ziyabona, nezinyonga ziyahamba, abanochoko bayahlanjululwa, nezithulu ziyezwa, abafileyo bayavuswa, nabampofu bayashunyayezwa ivangeli.
Explore Mathewu 11:4-5
6
Mathewu 11:15
Onezindlebe zokuzwa makezwe.
Explore Mathewu 11:15
Home
Bible
Plans
Videos