1
Mathewu 14:30-31
Contemporary Zulu Bible 2024
Kodwa ebona umoya wesaba; eseqala ukutshona wakhala wathi: Nkosi, ngisindise. Khona masinyane uJesu welula isandla, wambamba, wathi kuye: “Wena onokukholwa okuncane, ungabazeleni na?
Compare
Explore Mathewu 14:30-31
2
Mathewu 14:30
Kodwa ebona umoya wesaba; eseqala ukutshona wakhala wathi: Nkosi, ngisindise.
Explore Mathewu 14:30
3
Mathewu 14:27
Kodwa uJesu wakhuluma kubo masinyane, wathi: Manini isibindi; yimina; ningesabi.
Explore Mathewu 14:27
4
Mathewu 14:28-29
UPetru wamphendula wathi: “Nkosi, uma kunguwe, yisho ukuba ngize kuwe phezu kwamanzi. Wasesithi: Woza. Futhi lapho uPetru ehla emkhunjini, wahamba phezu kwamanzi, ukuya kuJesu.
Explore Mathewu 14:28-29
5
Mathewu 14:33
Basebesiza ababesemkhunjini, bakhuleka kuye, besithi: Isibili wena uyiNdodana kaNkulunkulu.
Explore Mathewu 14:33
6
Mathewu 14:16-17
Kepha uJesu wathi kubo: “Akudingeki ukuba bamuke; bapheni nina ukudla. Bathi kuye: Sinazo lapha kuphela izinkwa eziyisihlanu nezinhlanzi ezimbili.
Explore Mathewu 14:16-17
7
Mathewu 14:18-19
Wathi: Ziletheni lapha kimi. Wayala isixuku ukuba sihlale phansi etshanini, wazithabatha izinkwa eziyisihlanu nezinhlanzi ezimbili, wabheka ngasezulwini, wazibusisa, wazihlephula, wazinika abafundi izinkwa, abafundi baphakela izixuku.
Explore Mathewu 14:18-19
8
Mathewu 14:20
Badla bonke, basutha, babutha imvuthuluka eseleyo, iziqabetho eziyishumi nambili ezigcwele.
Explore Mathewu 14:20
Home
Bible
Plans
Videos