1
Marku 1:35
Contemporary Zulu Bible 2024
Ekuseni kusesekuseni kakhulu, wavuka waphuma, waya endaweni eyihlane, wakhuleka khona.
Compare
Explore Marku 1:35
2
Marku 1:15
Wathi: “Isikhathi sigcwalisekile, nombuso kaNkulunkulu ususondele; phendukani, nikholwe ivangeli.
Explore Marku 1:15
3
Marku 1:10-11
Wathi ekhuphuka ephuma emanzini, wabona izulu livulekile, noMoya ehlela phezu kwakhe njengejuba. Kwavela izwi ezulwini, lithi: “Wena uyiNdodana yami ethandekayo, engithokozile ngayo.
Explore Marku 1:10-11
4
Marku 1:8
Mina nginibhapathize ngamanzi, kepha yena uzakunibhapathiza ngoMoya oNgcwele.
Explore Marku 1:8
5
Marku 1:17-18
UJesu wathi kubo: “Ngilandeleni, ngiyakunenza nibe ngabadobi babantu. Base bewashiya masinyane amanetha abo, bamlandela.
Explore Marku 1:17-18
6
Marku 1:22
Bamangala ngokufundisa kwakhe, ngokuba wabafundisa njengonegunya, kungenjengababhali.
Explore Marku 1:22
Home
Bible
Plans
Videos