YouVersion Logo
Search Icon

2 kwabaseKorinte 12:6-7

2 kwabaseKorinte 12:6-7 ZUL59

Ngokuba noma bengingathanda ukuzibonga, bengingezukuba yisiwula; ngokuba bengizakube ngikhuluma iqiniso, kepha ngiyayeka, funa umuntu acabange ngami okungaphezu kwalokho angibona ngiyikho nakuzwayo kimi. Ngalokho ukuze ngingaziphakamisi kakhulu ngobukhulu bezambulo, nganikwa iva enyameni, ingelosi kaSathane, ukuba ingimukule, ukuze ngingaziphakamisi kakhulu.

Free Reading Plans and Devotionals related to 2 kwabaseKorinte 12:6-7