YouVersion Logo
Search Icon

Kwabase-Filipi 2:14-15

Kwabase-Filipi 2:14-15 ZULUNT

Yenzani zonke izinto ngaphandle kokukhonona nokuphikisana; ukuze nibe ngabangasolekiyo nabangenacala, abantwana bakaNkulunkulu abangenacala phakathi kwesizwe esiyisigwegwe nesiphambeneyo, enikhanya phakathi kwaso njengezinkanyiso ezweni