YouVersion Logo
Search Icon

2 Samuweli 18:9-10

2 Samuweli 18:9-10 CZB24

U-Abisalomu wahlangana nezinceku zikaDavide. U-Abisalomu wayegibele umnyuzi, umnyuzi wangena ngaphansi kwegatsha eliwugqinsi lomuthi wesopiloni, ikhanda lakhe labamba isihlahla sobululu, waphakanyiselwa phakathi kwezulu nomhlaba; umnyuzi owawungaphansi kwakhe wahamba. Umuntu othile wakubona lokho wamtshela uJowabe wathi: “Bheka, ngibone u-Abisalomu elenga esihlahleni se-oki.