1
UGenesise 13:15
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
ngokuba izwe lonke olibonayo ngiyakulinika wena nenzalo yakho kuze kube phakade.
Compara
Explorar UGenesise 13:15
2
UGenesise 13:14
UJehova wathi ku-Abrama, uLoti esehlukene naye: “Phakamisa manje amehlo akho ubuke, usendaweni lapho umi khona, ngasenyakatho, naseningizimu, nasempumalanga, nasentshonalanga
Explorar UGenesise 13:14
3
UGenesise 13:16
Ngiyakwenza inzalo yakho ibe njengothuli lomhlaba, kuze kuthi, uma umuntu engabala uthuli lomhlaba, iyakubalwa nenzalo yakho.
Explorar UGenesise 13:16
4
UGenesise 13:8
U-Abrama wathi kuLoti: “Akungabikho ukuxabana phakathi kwami nawe naphakathi kwabelusi bami nabelusi bakho, ngokuba singabazalwane.
Explorar UGenesise 13:8
5
UGenesise 13:18
Wayesesuka u-Abrama, weza wakha ngasema-okini* aseMamre laseHebroni, wamakhela khona uJehova i-altare.
Explorar UGenesise 13:18
6
UGenesise 13:10
ULoti waphakamisa amehlo akhe, wabona ukuthi ithafa lonke laseJordani lalinamanzi lonke; uJehova engakachithi iSodoma neGomora, lalinjengensimu kaJehova nanjengezwe laseGibithe kwaze kwaba seSowari.
Explorar UGenesise 13:10
Inici
La Bíblia
Plans
Vídeos