1
NgokukaJohane 17:17
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Bangcwelise ngeqiniso, izwi lakho liyiqiniso.
Compara
Explorar NgokukaJohane 17:17
2
NgokukaJohane 17:3
Ukuphila okuphakade yilokhu ukuba bazi wena Nkulunkulu wedwa oqinisileyo, nomthumileyo, uJesu Kristu.
Explorar NgokukaJohane 17:3
3
NgokukaJohane 17:20-21
“Angiceleli laba bodwa kepha nalabo abakholwa yimi ngezwi labo ukuba bonke babe munye, njengalokhu wena Baba ukimi, nami ngikuwe, ukuba nabo babe kithina, ukuze izwe likholwe ukuthi wena ungithumile.
Explorar NgokukaJohane 17:20-21
4
NgokukaJohane 17:15
Angiceli ukuba ubasuse ezweni; kepha ngicela ukuba ubalonde kokubi.
Explorar NgokukaJohane 17:15
5
NgokukaJohane 17:22-23
Nenkazimulo ongiphe yona ngiyiphile bona, ukuze babe munye, njengalokhu thina simunye, mina kubona, nawe kimina, ukuba bapheleliswe ebunyeni, ukuze izwe lazi ukuba wena ungithumile, wabathanda, njengalokho ungithandile.
Explorar NgokukaJohane 17:22-23
Inici
La Bíblia
Plans
Vídeos