UGenesise 18:23-24
UGenesise 18:23-24 ZUL59
U-Abrahama wasondela, wathi: “Uyakubhubhisa olungileyo kanye nomubi na? Mhlawumbe kukhona abalungileyo abangamashumi ayisihlanu phakathi komuzi; imbala uyakuyibhubhisa, ungayiyeki indawo ngenxa yabalungileyo abangamashumi ayisihlanu abakuyo na?