1
NgokukaJohane 5:24
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
“Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Ozwa izwi lami, akholwe ngongithumileyo, unokuphila okuphakade; akayi ekwahlulelweni, kepha usephumile ekufeni, wangena ekuphileni.
Porównaj
Przeglądaj NgokukaJohane 5:24
2
NgokukaJohane 5:6
UJesu embona elele, azi ukuthi usenesikhathi eside enjalo, wathi kuye: “Uyathanda ukusinda na?”
Przeglądaj NgokukaJohane 5:6
3
NgokukaJohane 5:39-40
Nihlola imibhalo, ngokuba nithi ninokuphila okuphakade kuyo; yiyona efakaza ngami. Kepha anivumi ukuza kimi ukuba nibe nokuphila.
Przeglądaj NgokukaJohane 5:39-40
4
NgokukaJohane 5:8-9
UJesu wathi kuye: “Sukuma, uthabathe uhlaka lwakho, uhambe.” Wayesephila masinyane lowo muntu, wathabatha uhlaka lwakhe, wahamba. Kwakuyisabatha ngalolo suku.
Przeglądaj NgokukaJohane 5:8-9
5
NgokukaJohane 5:19
Khona uJesu waphendula, wathi kubo: “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: INdodana ingenze lutho ngokwayo, kuphela lokho ebona uYise ekwenza, ngokuba lokho akwenzayo yena, neNdodana iyakwenza kanjalo.
Przeglądaj NgokukaJohane 5:19
Strona główna
Biblia
Plany
Nagrania wideo