Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 1 kaPetru 1:8

Izithelo ZikaMoya
4 Izinsuku
UJesu wathi, “Nginikhethile nina, nganibeka ukuba niphume, nithele izithelo, nezithelo zenu zihlale” (Joh. 15:16). Wathi futhi, “Ngaphandle kwami ningenze lutho” (Joh. 15:5). Ukuthela izithelo kungukuphila impilo ayiphilayo uJesu eselapha emhlabeni. Kuyagcizelelwa kulawa mavesi angenhla ukuthi lokho kungumyalo kaJesu nokuthi akhona amandla okuzithela izithelo. UPawulu usitshela ngezithelo eziyisishiyagalolunye ezivezwa uMoya oNgcwele kulabo abamvumeleyo behamba ngokukaMoya (Gal. 5:22, 23). Sizokhuluma kancane ngalezi zithelo. Masikhumbule ukuthi ngokwethu asinamandla okuzithela. Kepha ngamandla akhe singazithela.

Injabulo Yohambo: Ukuthola Ithemba Phakathi Kwezilingo
Izinsuku ezingu-7
Singase singakuboni noma sikuzwe njalo, kodwa uNkulunkulu uhlala enathi... ngisho nalapho sibhekene nobunzima. Kulolu hlelo, Umxhumanisi Wokuthola Ithemba u-Amy LaRue ubhala ngokusuka enhliziyweni mayelana nomshikashika womndeni wakhe wokuba umlutha nokuthi injabulo kaNkulunkulu yagqashuka kanjani ngezikhathi zabo zobumnyama.
