Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne KwabaseKolose 3:2

Ngikhungathwe Izibusiso Zami (Ingxenye 2)
izinsuku ezingu 5
Isikhuthazo komama esivela kumama owethule izingane zakhe ezingu-7 futhi waphila ukuze azixoxele ngakho. Lokhu kuyingxenye 2 kwezingu-12 zokuzinikela kulolu chungechunge oluvela kuRobin Meadows

Ibhizinisi likaNkulunkulu lansuku zonke: Inkonzo ye-Easter
Izinsuku ezingu-7
Ngabe izenhlelo zePhasika ziluthinta kanjani uhambo lwakho lwezamabhizinisi? Zitholele ukuthi ungalikhulisa kanjani ibhizinisi lakho ube usondela kuJesu kulokhu kuzinikela kwezinsuku ezingu-7.

Ukuthola Ukuthula
Izinsuku eziwu 10
Udinga ukuthula empilweni yakho? Udinga ukuthula kungagcini ngokuba yisifiso kuphela? Ukuthula kweqiniso ungakuthola kuphela emthombeni owodwa-uNkulunkulu. Hlanganyela noDkt. Charles Stanley lapho ekukhombisa indlela yokuthula okuzoshintsha impilo, ekunika amathuluzi okuxazulula ukuzisola ngosekwadlula, ukubhekana nezinkinga zamanje, nokuthobisa ukwesaba ngekusasa.