Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaJohane 16:23

Ukungakhathazeki Ngalutho
izinsuku ezingu-7
Kuthiwani uma kunendlela engcono yokulwa nokukhathazeka okungapheli okukugcina uphapheme ebusuku? Ukuphumula kwangempela kuyatholakala—mhlawumbe kuseduze kunalokho obucabanga ngakho. Faka esikhundleni sokwethuka ngokuthula ngalolu hlelo lweBhayibheli lwezinsuku ezingu-7 oluvela ku-Life.Church, oluhambisana nochungechunge lomlayezo kaMfundisi Craig Groesschel oluthi Ungakhathazeki Ngalutho.

Izifundo Zokugcina: Uhlelo Lwesonto Elingcwele
Izinsuku eziwu 10
Ake sehlise ijubane kuleli Sonto Elingcwele futhi sifunde ngezinsukwini zokugcina zikaKristu emhlabeni. Usuku ngalunye sizothola izifundo noma izipho athatha isikhathi ukuzinikeza. Uyasidinga isikhumbuzo esisha salokho okwakubaluleke kakhulu kuKristu—ukuthi uyabathanda abantu Bakhe futhi umlandele? Yini Angathanda ukukufundisa yona kuleli sonto Elingcwele?