← Amapulani
Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne IzAga 13:12

Advent Ukudumisa
Izinsuku eziwu 4
Ithemba, uthando, ukuthula, intokozo. Lawamagama akhulunywa kakhulu ngesikhathi samaholide, kodwa ingabe siyakhumbula ukuthi yingani? Indaba kaKhisimuzi yindaba yokuthi uNkulunkulu wangenela kanjani kumlando ngokuzwela kukaJesu. Izimpilo zika Mariya noJosefa, nabelusi zaguqulwa kakhulu ngalesisenzo. Bathola ithemba, uthando, ukuthula, kanye nentokozo; masikhumbule ndawonye ukuthi nathi singkuthola kanjani lokhu ngoJesu.