I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli
Isici soku Sesha

1 uSamuweli 14:6 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

1 uSamuweli 14:6 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

UJonathani wathi odibini lwakhe oluphethe izikhali zakhe: “Woza siwele, siye ekhandeni lalabo abangasokile; ingabe uJehova uyakusisebenzela, ngokuba akukho okumthiyayo uJehova ukuba asindise ngabaningi noma ngabayingcosana.”

1 uSamuweli 14:6 ZUL20 (IsiZulu 2020)

UJonathani wathi odibini lwakhe: “Woza siwelele ngaphesheya, siye ebuthweni labangasokile, mhlawumbe uSimakade uzosisiza, ngokuba akukho okungamthiya ukuba asindise, kungaba ngabaningi noma ngabayingcosana.”

1 uSamuweli 14:6 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

UJonathani wasesithi kuyo ijaha eligqoka izikhali zakhe: Woza, sichaphele endaweni yabalindi yalaba abangasokile; nge min.