I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli
Isici soku Sesha

1 uSamuweli 18:4 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

1 uSamuweli 18:4 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

UJonathani wakhumula ingubo ayenayo, wayinika uDavide, nezinye izambatho zakhe kwaze kwaba nenkemba yakhe, nomnsalo wakhe, nebhande* lakhe.

1 uSamuweli 18:4 ZUL20 (IsiZulu 2020)

UJonathani wakhumula ingubo ayeyigqokile, wayinika uDavide, nezinye izembatho zakhe, inkemba yakhe, umnsalo wakhe nebhande lakhe.

1 uSamuweli 18:4 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

UJonathani wakhumula ingubo ayeyigqokile, wayinika uDavide, nezingubo zakhe kuze kufike enkembeni yakhe, kwaze kwafika kumnsalo wakhe, nasebhandeni lakhe.