I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli
Isici soku Sesha

Kwabase-Efesu 1:17 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

Kwabase-Efesu 1:17 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

ukuze uNkulunkulu weNkosi yethu uJesu Kristu, uYise wenkazimulo, aniphe umoya wokuhlakanipha nokwambulelwa ekumazini yena

Kwabase-Efesu 1:17 ZUL20 (IsiZulu 2020)

ukuba uNkulunkulu weNkosi yethu uJesu Khristu, uYise wenkazimulo, aniphe umoya wokuhlakanipha nokwambulelwa, ukuze nimazi kangcono Yena

Kwabase-Efesu 1:17 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

ukuze uNkulunkulu weNkosi yethu uJesu Kristu, uYise wenkazimulo, aninike umoya wokuhlakanipha nokwambulelwa ekumazini yena

Kwabase-Efesu 1:17 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

ukuze uNkulunkulu weNkosi yethu uJesu Kristu, uYise wenkazimulo, aninike umoya wokuhlakanipha nokwambulelwa ekumazini yena