I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli
Isici soku Sesha

UHezekeli 12:2 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

UHezekeli 12:2 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

“Ndodana yomuntu, wena uhlala phakathi kwendlu ehlubukayo nabanamehlo okubona bengaboni kodwa, abanezindlebe zokuzwa bengezwa nokho, ngokuba bayindlu ehlubukayo.

UHezekeli 12:2 ZUL20 (IsiZulu 2020)

“Ndodana yomuntu, wena uhlala phakathi kwendlu ehlubukayo, banamehlo okubona kodwa ababoni, banezindlebe zokuzwa, kepha abezwa, ngokuba bayindlu ehlubakayo.

UHezekeli 12:2 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Ndodana yomuntu, uhlala phakathi kwendlu ehlubukayo enamehlo okubona, engaboni; banezindlebe zokuzwa, abezwa, ngokuba bayindlu edlubulundayo.