I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli
Isici soku Sesha

KwabaseGalathiya 6:9-10 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

KwabaseGalathiya 6:9-10 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Kepha masingakhathali ekwenzeni okuhle, ngokuba siyakuvuna ngesikhathi esifaneleyo, uma singadangali. Ngakho-ke njengokuba sinethuba, asenze okuhle kubo bonke, kepha ikakhulu kwabendlu yokukholwa.

KwabaseGalathiya 6:9-10 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Masingakhathali ngukwenza okuhle, ngokuba siyovuna ngesikhathi esifaneleyo, uma singadangali. Ngakho-ke njengokuba sinethuba, masenze okuhle kubo bonke, ikakhulu kwabendlu yokukholwa.

KwabaseGalathiya 6:9-10 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Masingakhathali ekwenzeni okuhle, ngokuba siyakuvuna ngesikhathi esifaneleyo, uma singadangali. Ngakho-ke njengokuba sinethuba, asenze okuhle kubo bonke, ikakhulu kwabendlu yokukholwa.

KwabaseGalathiya 6:9-10 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Masingakhathali ekwenzeni okuhle, ngokuba siyakuvuna ngesikhathi esifaneleyo, uma singadangali. Ngakho-ke njengokuba sinethuba, asenze okuhle kubo bonke, ikakhulu kwabendlu yokukholwa.