AbAhluleli 20:26 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
AbAhluleli 20:26 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Base bekhuphuka bonke abantwana bakwa-Israyeli, abantu bonke, bafika eBethele, bakhala, bahlala khona phambi kukaJehova, bazila ukudla ngalolo suku kwaze kwahlwa; banikela ngeminikelo yokushiswa nangeminikelo yokuthula phambi kukaJehova.
Dlulisela
AbAhluleli 20 ZUL59AbAhluleli 20:26 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Abakwa-Israyeli, yonke impi, babuyela eBhethele, bakhala, behleli lapho phambi kukaSimakade, bazila ukudla ngalolo lusuku kwaze kwaba kusihlwa. Base benikela phambi kukaSimakade ngemihlatshelo yokushiswa nangemihlatshelo yokuthula.
Dlulisela
AbAhluleli 20 ZUL20AbAhluleli 20:26 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Bonke abantwana bakwa-Israyeli nabo bonke abantu bakhuphukela endlini kaNkulunkulu, bakhala, bahlala phansi phambi kukaJehova, bazila ukudla ngalolo suku kwaze kwahlwa, banikela ngeminikelo yokushiswa neminikelo yokubonga phambi kukaJehova. NKOSI.
Dlulisela
AbAhluleli 20 CZB24