ULevitikusi 22:11 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
ULevitikusi 22:11 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha uma umpristi ethenga umuntu eyintengo yemali yakhe, yena angakudla; nabazelwe emzini wakhe bangadla isinkwa sakhe.
Dlulisela
ULevitikusi 22 ZUL59ULevitikusi 22:11 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Kepha uma umphristi ethenga umuntu, lowo amthenge ngemali yakhe uyokukudla, nalabo abazalelwe kwakhe bayosidla isinkwa sakhe.
Dlulisela
ULevitikusi 22 ZUL20ULevitikusi 22:11 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Kodwa uma umpristi ethenga noma yimuphi umphefumulo ngemali yakhe, kumelwe adle kuyo kanye nalabo abazalelwa endlini yakhe; bayakudla inyama yakhe.
Dlulisela
ULevitikusi 22 CZB24