NgokukaLuka 4:18 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
NgokukaLuka 4:18 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
“UMoya weNkosi uphezu kwami, ngokuba ingigcobile ukuba ngishumayele ivangeli kwabampofu, ingithumele ukumemezela ukukhululwa kwabathunjiweyo, nokubona kwabayizimpumputhe, nokuhlenga abacindezelweyo
NgokukaLuka 4:18 ZUL20 (IsiZulu 2020)
“UMoya weNkosi uphezu kwami, ngokuba ingigcobile ukuba ngishumayele ivangeli kwabampofu; ingithumele ukumemezela ukukhululwa kwabathunjiweyo, ukuvula amehlo ezimpumputhe, ukuhlenga abacindezelweyo
NgokukaLuka 4:18 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)
UMoya weNkosi uphezu kwami, ngokuba ingigcobile ukuba ngishumayele ivangeli kwabampofu; ingithumile ukuba ngiphulukise abadabukileyo, ngishumayele ukukhululwa kwabathunjwa, nokubona kwabayizimpumputhe, ngikhulule abachotshoziweyo
NgokukaLuka 4:18 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)