I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli
Isici soku Sesha

NgokukaMathewu 2:9 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

NgokukaMathewu 2:9 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Seziyizwile inkosi, zamuka; bheka, inkanyezi ezayibona kwelasempumalanga yahamba phambi kwazo, yaze yafika yema phezu kwalapho umntwana ekhona.

NgokukaMathewu 2:9 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Seziyizwile inkosi, zaqhubeka nohambo. Inkanyezi ezayibona empumalanga yahamba phambi kwazo, yaze yafika yema phezu kwalapho ekhona umntwana.

NgokukaMathewu 2:9 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Sebeyizwile inkosi, bahamba; bheka, inkanyezi ezayibona empumalanga yahamba phambi kwazo, yaze yafika yema phezu kwalapho umntwana ekhona.

NgokukaMathewu 2:9 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Sebeyizwile inkosi, bahamba; bheka, inkanyezi ezayibona empumalanga yahamba phambi kwazo, yaze yafika yema phezu kwalapho umntwana ekhona.