I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli
Isici soku Sesha

NgokukaMathewu 20:27-28 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

NgokukaMathewu 20:27-28 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

nalowo ofuna ukuba ngowokuqala phakathi kwenu makabe yinceku yenu, njengalokho iNdodana yomuntu ingezelanga ukukhonzwa kepha ukukhonza nokunikela ukuphila kwayo, kube yisihlengo sabaningi.”

NgokukaMathewu 20:27-28 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Nalowo ofuna ukuba ngowokuqala phakathi kwenu, makabe yinceku yenu, njengalokhu iNdodana yomuntu ingezelanga ukukhonzwa, kodwa ukukhonza nokunikela ngokuphila kwayo, kube yisihlengo sabaningi.”

NgokukaMathewu 20:27-28 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Njalo loba ngubani ofuna ukuba ngowokuqala phakathi kwenu kabe yinceku yenu; njengalokhu iNdodana yomuntu ingezanga ukukhonzwa, kodwa ukukhonza, nokunikela ukuphila kwayo, kube yisihlengo sabaningi.

NgokukaMathewu 20:27-28 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Njalo loba ngubani ofuna ukuba ngowokuqala phakathi kwenu kabe yinceku yenu; njengalokhu iNdodana yomuntu ingezanga ukukhonzwa, kodwa ukukhonza, nokunikela ukuphila kwayo, kube yisihlengo sabaningi.