URuthe 1:13 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
URuthe 1:13 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
beningawahlalela aze abe ngakhulileyo na? Beniyakuzivimbela ningabi namadoda na? Hhayi, madodakazi ami, kumunyu kimi ngenxa yenu, ngokuba isandla sikaJehova siphumele kimi.”
Dlulisela
URuthe 1 ZUL59URuthe 1:13 ZUL20 (IsiZulu 2020)
beningawalinda yini akhule aze abe madala, na? Benizohlala ningagani ningabi nabayeni, na? Qha, madodakazi ami, owami umunyu mkhulu kakhulu kunowenu, ngokuba isandla sikaSimakade simelene nami.”
Dlulisela
URuthe 1 ZUL20URuthe 1:13 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Ubungahlala yini labo baze bakhule? ungakujabulela ukuba namadoda? Cha, madodakazi ami; ngoba kubuhlungu kakhulu kimi ngenxa yenu ukuthi isandla sikaJehova siphumele phezu kwami.
Dlulisela
URuthe 1 CZB24